Incazelo
Incazelo yethu yolwazi lomuntu siqu yiluphi ulwazi olungasetshenziswa ukubona umuntu ngamunye (isb. igama, ikheli, inombolo yocingo, ikheli le-imeyili, njll.).
Kuyinqubo mgomo yalenkonzo ukuthatha zonke izinyathelo ukuqinisekisa ukuthi ulwazi lomuntu olugcinwe kulenkonzo lilondolozwa ngokucophelela futhi idluliselwa kahle ngokomthetho, ngokwe nqubo yokulondoloza izimiso zokuvikela imithetho yezinto zemfihlo ezindaweni esisebenzela kuzo.
Ulwazi Inkonzo Eyiqokelela Kuwena
Uma uvakashela lesizindalwazi, kungenzeka kudingeke ukuthi unikezele ngolwazi oluthize ngawe, kufaka igama, indlela yokuxhumana nawe kanye nolwazi oluqondne nawe nqo.
Inkonzo ingabuye iqoqe iminingwane ngokusebenzisa kwakho lesizindalwazi kanye ulwazi maqondana nawe evela kunoma iyiphi i imeyili, izincwadi noma amafomu agcwalisiwe owathumele kulenkonzo
Ukuvikelwa
Sithatha izinyathelo ezifanele nezinengqondo zokuqinisekisa ukuphepha kwemininingwane yakho eyimfihlo. Sifake izinqubo, izindlela kanye nobuchwepheshe obuhlelelwe ukuvikela le nto ekufinyeleleni okungagunyaziwe kanye nokusetshenziswa kabi.
Amanye amakhukhi ayadingeka kwi sizindalwazi sethu, ukwenza ukuthi ukwazi ukuzulazula phakathi kwamakhasi ngempumelelo, futhi nokukhumbula abasebenzisi abake bangena ngemvume; isibonelo, uma ufaka iminingwane yakho yokungena ngemvume bese ubuye uya kwelinye ikhasi, angeke kudingeke ukuthi uphinde ungene futhi ngoba amakhukhi ayasitshela isizindalwazi ukuthi ubusuke wangena.
Sibuye sisebenzise amakhukhi ukucubungula inhlobo yetrafikhi yokuvakashela isizindalwazi; isibonelo, indawo ohlala kuyo, uhlobo lwesi phequluli okanye idavayisi (iselula njl njl.) esetshenzisiwe, kanye namakhazi abukiwe, futhi nesikhathi esichithwe kwi khasi linye. Yonke lemininingwane iyasisiza ukuthi silungise isevisi esikunika yona sithuthukise isipiliyoni sakho uma ungena kwi sizindalwazi.
Kwesinye isikhathi amakhukhi angasethwa izizindalwazi zangaphandle ezihambisa okushumekiwe okuqukethwe kwi khasi obukade ulibuka njenge, YouTube, Soundcloud, njl njl. Asilawuli ukudliliselwa kala makhukhi. Kufanele ubheke amalungu angaphandle esizindalwazi ukuthola iminingwane ngalokhu.
Ukuqoqwa Nokusetshenziswa
Siqoqa imininingwane yakho eyimfihlo ngokusemthethweni uma ithunyelwa kithi ngokuzithandela ngenhloso echaziwe ngesikhathi sokuqoqa. Lokhu kuhlanganisa ukunikezwa kwemikhiqizo nezinsizakalo, noma noma yikuphi ukuxhumana esikutholayo.
Kokunye, ungafisa ukuvakashela www.aboutcookies.org oqukethe iminingwane enzulu ngokuthi kwenziwa kanjani lokhu kwiziphequlile eziningi ezakhukene. ungathola eminye iminingwane ngokwesulwa kwamakhukhi kwi compuyutha yakho kanye nolunye ulwazi olujwayelekile
Uma ufuna ulwazi lokuthi kwenziwa kanjani lokhu kwiziphequluli zikamakhalekhukhwini, kuzodingeka ukuthi uye kwi manuwali yefoni yesandla yakho.
Abantu Besithathu
Sabelana kuphela ngemininingwane yakho eyimfihlo ngemvume yakho ukuze siqedele izibopho zesevisi noma silandele umthetho.
Amaqembu esithathu (3) nokudalulwa kolwazi lomuntu siqu
Inkonzo ingadalula imininingwane yakho siqu kumaqembu esithathu inkonzo engawagunyaza ukuthi icubungule iminingwane yakho siqu endaweni yayo ngezinhloso ezibekwe la ngaphezulu. Lamaqembu esithathu adingwa inkonzo ukuvuma ukuthi asebenzise kuphela iminingwane yakho siqu ngezinhloso ezibalulwe inkonzo nokuthi zithathe izinyathelo ezifanele ukuvikela ukusethsenziswa ngokungemvume okanye ngo kungemthetho ukufineyelela kuyona. Ukusebenzisa lesizindalwazi, uyavuma ukuthi kusetshenziswe loluhlobo lweminingwane yakho siqu.
Uma sabelana ngedatha yakho, sizokwenza:
Ama-Cookies
Njengezingosi eziningi, sisebenzisa ama-cookies ukuthuthukisa ulwazi lomsebenzisi nokuhlola idatha yomgwaqo eqoqiwe engaziwa.
Google reCAPTCHA (okanye Amathuluzi eQembu-Lesithathu)
Iwebusayithi yethu ingasebenzisa amathuluzi amaqembu esithathu njengo Google reCAPTCHA ukuthuthukisa ezokuphepha nokuvikela iminyakazo engagunyaziwe. Lamathuluzi angaqoqa iminingingwane ngokusebenzisana kwakho newebusayithi, njenge kheli le IP nokuziphatha, ukunquma ukuthi engabe isivakashi singumuntu okanye uhlelo oluzenzekelayo.
Ama-cookies amafayela amancane wombhalo abekwa kukhompyutha yakho yizindawo ozivakashelayo. Lokhu kwenzeka uma uvumela isiphequluli sakho (isb. i-Chrome) ukwamukela ama-cookies.
Ukuthola, ukulungisa okanye Ukubuyekeza Iminingwane Yakho Siqu
Ungathola ngokuthi iyini Iminingwane Yakho inkonzo eyigcinile ngawe ngokusibhalela. Inkonzo inelungelo lokukhokhisa imali efanele engokomthetho ngale sevisi nokuecela imininigwane engeziwe kuwena, uma kudingeka.
Sicela ubheke amafayela osizo wesiphequluli sakho ukuthola imiyalelo yokuthi ulawule kanjani lo msebenzi.
Xhumana nathi